Chonco, Dludla, Dludlu, Ngema

Chonco
Gambushe, Shayimamba, Mfomubi, Nyongande..

Dludla
Cebisa, Sikhakha

Dludlu
Mtima, Mzomba, Skhakhane…

Ngema
Mngadi, Madlokovu

9 thoughts on “Chonco, Dludla, Dludlu, Ngema

  1. Khipheyakhe Ngema

    Abakwa Ngema ngo Mngadi, Madlokovu, Ntusi ya nkomo, Muji ka Mafu, Mashiya, (Nene, Sithenjwa). Abe Goda lakwaBindi elihambe libahil’amaqakala, abasey’theni nabasekhaya. Abenkosi engenal’ulaka emntwini. AbeSilo saseMfule, bath’iMfule yenile, ilal’izingwe nezingonyama. Bath’uMadlokovu akangakanani, nasentendeni yesandl’angahlala; nasenhlendleni yomkhonto uyahlala….

  2. Philani Mthokozisi Chonco

    Abakwa Chonco

    Ogambushe, Mfomubi, Singela,Shayimamba,Omahlaba inkobo bethi iyagula kanti bathanda inyama,Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela.

  3. Siyanda Gambushe

    Abakwa Chonco
    OGambushe, shay’mamba, mbota, kili, ngakungese, mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela, indlovu edla amagatsha aphezulu ngoba angezansi ishiyela abafokazana, mgwazi wendlovu ayiflathele, umathunywa agijime njengempaka yomthakathi, umadel’ isdumbu adle umlenze, mahlabinkomo athi iyagula kanti uthand’ inyama, singena samaphanga wathi kuyolima abayovela, inyoni ephuza kwezikude iziziba ngoba uma iphuza kweziseduze igob’ umlomo. Ndlebe azizwa kanti ziyezwa, lwandloluhle.

Leave a Reply

Fill in your details below or click an icon to log in:

WordPress.com Logo

You are commenting using your WordPress.com account. Log Out / Change )

Twitter picture

You are commenting using your Twitter account. Log Out / Change )

Facebook photo

You are commenting using your Facebook account. Log Out / Change )

Google+ photo

You are commenting using your Google+ account. Log Out / Change )

Connecting to %s