Zuma, Zwane, Mazibuko, Ntshangase

Ntshangase
Mgazi, Biyela, Menziwa

Mthiyane
Ndaba, Sokhulu, Luvuno, Zondo, Mazwi, Mzwili, Nqoboka, Skhangane, Langa, Ndlovu, Dlemdlem, Sokotshane, Mhlungu, Madela, Lingode, Sibhene, Gobholubabayo, Masingasilele, Sokhulu

Zuma
Nxamalala, Msholozi, Matomela, Bophela, Novela, Mpisi, Zitha, Lugaju, Chongochi, Nyambisa, Hlokohloko, Maphumephethe

Zwane
Mangethe, Cebekhulu, Mbengo, Mbambo, Mungwe, Phikelela, Nsela, Ndabakansele, Zikode, Nsele, Mafu, Mthayi, Mgabhi, Mhlaba, Mchwayo, Ntshosho, Cengesi, Thinta

Maseko
Ngcamane, Sidwabasiluthuli, Mdandulukwane, Khubonye, Ndlovu, Maphanga, Khabangobe, Simelane

Msomi
Meyiwa, Mdayi, Mlamula, Bheshwana, Maboza

Mlambo
Mabhedla, Sishango, Mahwaqakazi, Phisa, Mandeku, Mdineka, Nhlabathi, Manzi, Nobamba, Ntshikantshikana, Makhokhoba

Mazibuko
Mwelase, Khondlo, Nzima, Phuthini, Mgabhi, Manzezulu, Nkobeni, Mzila, Mangwe, Mpulo, Siwela

15 thoughts on “Zuma, Zwane, Mazibuko, Ntshangase

  1. m zwane

    Uyazi kunzima ukukhuluma ngomlando wakithi kwazwane. Ngoba kukhulu ukudideka yilowo nalowo uisho akakuthandayo. Iqiniso ileli bantu bakithi sonke thina sizalwa ingonyama uMnguni. Owadabuka eGibhithe wakhiswa nesizwe sakhe umoya ongcwele wabele izwe lakwazulu namuhla. Wayenamadodana amaningi ambala nje awo, umalandele, umtungwa, ungwane nabanye abaningi bonke labantu bazala izizwe, esiyizo namuhla eg uMtungwa wazala o Mangethe, oMabaso, oSokhumalo, nabo bazala izizwe ezinezibongo zazo. Singabanguni ngoMnguni.

  2. ngicela ningisize ngezakwa Ntimba Nhlayiyiso Mkhondo kawulandwa mfula kawuwelwa uwelwa ngezinkonjane ezinamaphiko nonkintinga wena owabhukuda emhlangeni msimango.ngicela uncedo lomlando waso nemvelaphi

    1. Ndumiso Zuma

      Nxamalala awukho umehluko, umehluko ukhona phakathi kukaMsholozi noLugaju njengamadodana kaMatomela. Nami angiwufaki uMsholozi.

    1. Mwelase Ndabulane Nhlapo

      uSgegede Mbonani UNongombhili khaboNdaba uwadla umkadadewabo bathi akanyongo akanamhlehlo umhlehlo nguBhabhakazi umwelase owawela uThukela noMpofani uMwelase ungawali phansi ngezibuko owawela ngesinhlengela somfula Sgegede sakwaMveli kwaMavundla noMdlasomo umfitshana ungubo ziyanyathelwa ngani nizabade ziyanyathelwa kaboMveli akuvalwa ngemvalo kuvalwa ngamakhsnda amadoda wena wakaboNonhlanhla

  3. Sphesihle Ntshangase

    sacela kucaciselek ekuthini untshangase uhlangan kanjani noZulu, uMhlungu , uZuma angiqondi lapho

  4. Sthembiso Mlambo

    Mina ngiwu Mdineka omkhulu ngiyathanda ukwaz ukuthi savelaphi isbongo sakithi abantu banokuth sasuka eswazini kodwa mina angikholwa ilokho

  5. Nonhlanhla Mpulo

    sanibonani mina bengisacela ningazise ngomlando wesibongo sakwaMpulo,ngowakhona bt angazi lutho ngomlando waso even nezithakazelo zakhona angizazi

Leave a reply to Ndumiso Zuma Cancel reply