Mnguni, Gumede, Khuzwayo

Mnguni
Mnguni ka Yeyeye, Qwabe, Gumede, Khondlo, Phakathwayo, Malandela, Mpangazitha, Caluza, Ndlela, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mzimela, Mfeka, Donda, Maphanga, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Nozulu, Msiza, Khuzwayo, Mazalankosi

Gumede
Yeyeye, Caluza, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mfeka, Mzimela, Donda, Maphanga, Mpangazitha, Phakathwayo, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Qwabe, Msiza, Nozulu, Malandela, Khuzwayo, Khondlo, Mazalankosi

Khuzwayo
Gumede, Qwabe,
Mnguni ka Yeyeye, Khondlo
Osidlabehlezi baka Phakathwayo,

Umnguni, Gumede no Khuzwayo abantu banye laba bonke badabuka ku Mnguni.

92 thoughts on “Mnguni, Gumede, Khuzwayo

  1. Khuzwayo Kwakuyingane yenkosi yakaQwabe yayizoba inkosi makukhoma uyise ngenxa yokuthi umndeni kaQwabe wawumkhulu kwaba nombango wobukhosi okwagcina buthathwe bayendlin ekwakungafanelekile u khuzwayo bamphuca ngoba bethi uluhlaza,bajika bathatha inganeyakhe bayikhethisa inkosi mabebuza abanye bomndeni bathi bona abasadlelani ñendlu khuzwayo wasethi u khuzwayo is omelette nisethe isbongoke mina nendluyami bathi uSmamane ngoba inganeyakhe imamathekele inkosi wasnqaba,bathi uMbhongela ngoba ubhongela inkosi imetha isbongo wathengamane edlinyama eyayihlatshiwe aGoduke,waDlawemuka kaQwabe…izindlu zikaKhuzwayo zaseziningi kangangokuthi ezinye zasezisukile Ingoe lasasibekwekhona singoQwabe sazesathola esithi Gumede ngoba ungovernable lunemigelekede emaguma uGumede uqhamuka kanjalo,so abanye bendlu kaKhuzwayo abazikwasala kwabanesbongo esasthola Ongoye,since isbongo sakithi sasvele ngesici oKhuzwayo ebasebesukile Ongoye ababebesayizwa eyokuthi thina singoKhuzwayo bakubo bathi ababona bona I dlamuka…uMnguni insila yomuntu omvelaphi yakhe ikwaZulu….uMzimela isici lapho omunye womndeni wazimelela ngenduku yethusi ekhaya

Leave a Reply

Fill in your details below or click an icon to log in:

WordPress.com Logo

You are commenting using your WordPress.com account. Log Out / Change )

Twitter picture

You are commenting using your Twitter account. Log Out / Change )

Facebook photo

You are commenting using your Facebook account. Log Out / Change )

Google+ photo

You are commenting using your Google+ account. Log Out / Change )

Connecting to %s